May 24, 2024

BAHLOSE ISIXAXAMBIJI KOWABESIFAZANE NGEPHINIFA ON FLEEK

Uqale ngezinga eliphezulu umcimbi wokubonga, ukulalelana nogqugquzela ubumbano kwabesifazane, obizwa ngePhinifa on Fleek, emamuhla eMashroom, eMhlanga, eThekwini. Lo mcimbi iPhinifa on Fleek, ihlelwa iPodcast Affirmation, ukuze abesifazane, bakwazi ukulalelana ngokuchazwa iPhinifa kubona ngokwahlukana. UNokuthula Khasibe wodumo lukaMadame Nocssy ongumhleli womcimbi wePhinifa on Fleek ngenhloso yokunesa izimo ezahlukene abesifszane abadlula kuzo, ukuze baphenduke ilimo babambisane, ukubuyisa […]

BAHLOSE ISIXAXAMBIJI KOWABESIFAZANE NGEPHINIFA ON FLEEK Read More »

MASHUDULA UBHOBOKA NGOKUKHULA KANZIMA

Uthi abantu abaningi uma bebuka yena, babona sengathi zonke izinto zihamba kahle, kanti naye unazo izinkinga. Lokhu ukusho ngesikhathi kunomcimbi iPhinifa on Fleek, obuhlelwe iPodcast Affirmation, wokubhoboka ngokuchazwa iphinifa,eMhlanga eThekwini.“Ngikhule ngingenaye umzali, ngikhuliswa yilowo wesifazane osibheka uma bethola ithuba. Bekunzima ukukhula engekho umama kodwa ukungabi khona kwakhe, akuzange kungenze ngibe umhlambi uzelusile,” kusho uMashudula.Uveze ukuthi

MASHUDULA UBHOBOKA NGOKUKHULA KANZIMA Read More »

Scroll to Top